English
Manyika
Nambya
Ndau
Ndebele
Shona
Gxila EZwini
Friday, 24 October 2025
*We want this message to reach *7 Billion people globally*. Your donation will help us reach them. You can send it using the *KingsPay mobile App (Code: TNIOG)*, or on Ecocash (Zimbabwe) using the following shortcode: *151*2*6*58225# God Bless You!
Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu lomhlaba. Umhlaba wawungelasimo njalo ungelalutho, ubumnyama babengame phezulu kolwandle njalo umoya kaNkulunkulu wayehambahamba phezu kwamanzi. Ngakho uNkulunkulu wasesithi, Akubekhona ukukhanya. (uGenesisi 1:1-3).
Nxa ufuna ukubona izinto ezingaphezu kwemvelo zisenzeka empilweni yakho, gxila eZwini. IZwi likaNkulunkulu ladala umhlaba kanye lomhlaba wonke. UNkulunkulu uzibonakalisa ngendlela ezehlukeneyo futhi enye yalezo ndlela ezingavamile yiZwi. Uzibonakalisa eZwini langeZwi. Lapho okuleZwi likaNkulunkulu, uNkulunkulu ukhona.
IZwi likaNkulunkulu alifanani leZwi lomuntu; iZwi likaNkulunkulu liyikuphila. IZwi likaNkulunkulu lingamandla. IZwi likaNkulunkulu liyukukhanya. IZwi likaNkulunkulu liyiqiniso. IZwi likaNkulunkulu nguNkulunkulu. Uma ugxilisa ingqondo yakho eZwini, ugxilisa ingqondo yakho kuNkulunkulu. U-Isaya 26:3 uthi, Uzamgcina ekuthuleni okupheleleyo, onhliziyo yakhe igxile kuwe, ngoba ethembele kuwe.
Uhlala njani noma ugcina njani ingqondo yakho Kuye? Ngokuhlala ingqondo yakho iseZwini laKhe, ukuzindla ngeZwi. Akutsho lutho ukuthi uhlangana lani empilweni; uNkulunkulu kabe yikho konke okubonayo. Lokho kutsho bona iZwi; woba leZwi engqondweni yakho. Uma uleZwi likaNkulunkulu engqondweni yakho, usungene kokungaphezu kwemvelo. IZwi yilapho amandla kaNkulunkulu angaphezu kwawemvelo akhona.
Yiso isizatho uMoya oNgcwele engenzi lutho ngaphandle kweZwi. KuGenesisi 1, iBhayibhili lithi ekuqaleni, uNkulunkulu wadala izulu lomhlaba. Khepha umhlaba wawungelasimo, lobumnyama bembese ubuso balo. LiBeseli sithi uMoya kaNkulunkulu wawuhamba phezu kwamanzi kodwa akula lutho olwatshintshayo. Ubumnyama babusesekhona, isiphithiphithi sasisesekhona, kwaze kwanikezwa iZwi.
IBhayibhili lithi, Futhi uNkulunkulu wathi, akube khona ukukhanya, futhi ukukhanya kwaba. UMoya kaNkulunkulu wenza ukukhanya kube khona kuphela ngemva kokuba uNkulunkulu esekhulumile. Kubonisa amandla lokuqakatheka kweZwi likaNkulunkulu. Kufanele ugxile eZwini. Likhulume. Nxa iZwi lingakakhulunywa, uMoya kaNkulunkulu awenzi lutho. Ngakho, ukuzwa izinto ezinkulu empilweni yakho njengomuntu manqamu futhi uphile ngokwaphezulu njengoba iNkosi ikumisele, phila ngeZwi likaNkulunkulu.
Umkhuleko
Baba Othandekayo, ngiyabonga ngamandla lobuqotho beZwi lakho. Ngigxilisa inhliziyo lengqondo yami eZwini, futhi ngigcwele ukuthula. IZwi lakho lithela kimi lokho elikhuluma ngakho; Ngibona amathuba kuphela, ngihamba ebuhleni, ekunqobeni, lasekubuseni ngoba iZwi lakho liyimpilo yami, eGameni likaJesu. Amen.
Qhubeka Ngembhalo
Joshua 1:8
Colossians 3:16
Hebrews 4:12-13
(This article was culled from:
Rhapsody of Realities (Ndebele)
Authored By:
Pastor Chris Oyakhilome DSc DD.
You can download a full copy in your language on: https://rhapsodylanguages.tniglobal.org/regions/
You can get other teachings on: https://bit.ly/Shona_Church